Ibhakubha umuthi wokuthandeka othakwa neminye. Uphinde ungene lapho kuthakwa imithi yokuthandwa imali nenhlanhla. Kwabafuyile uyasiza ukwandisa imfunyo, ugqitshwa esibayeni. Usetshenziswa ngokuqaphela uma isibaya sisegcekeni, wenza ababtu besifazane bamithe.