Skip to main content

Ibheka / Bheka mina

Common Name: Peucedanum magalismontanum


Ibheka umuthi owaziwa kakhulu ngokuthi ubheka mina ngedwa. Lomuthi ungena lapho kuthakwa idliso lomuntu omthandayo, ungene kwidliso locansi eligcatshwayo kanye nesibambelelo. 

Uyangena emithini emhlophe lapho kusetshenziswa impande ukuthi uthandeke ebantwini. Uyangena emithini wokuvula nokudonsa inhlanhla.