Skip to main content

Icishamlilo / Icimamlilo

Common Name: 


umuthi uyangena ekuguleni okuningi, iyangena emthini wezifo Kanye nemithi yomeqo. Ilumbo eligijima esiswini. Liyangena emthini wesichitho, Iyangena emthini yokulapha iphunga lomzimba Kanye nezinduna emzimbeni. Uyangena emithini wokwelapha ufufunyane. Uyangena emthini yokuqeda icala. Uyangena lapho kuvalwa isibhamu, izulu nezihlambezo.