Skip to main content

Impila / Amafutha omhlaba

Umuthi ongena emithini yokukhipha isilwane, ukususa amashwa, ukugeza izidalwa / idlozi, ukuchatha abantwana, umuthi wokwakha nokuvala isipoki, ukukhanda umuthi wenhlanhla, umuthi wokugcaba, owokucupha, wokuvala amanzi amnyama, intelezi yezulu nokuchela ekhaya, nensizi yokukhotha.