Common Name:
Umuthi ocishe ufane nendlabaloyi, uyathakwa emithini yokuxosha umuntu, iyathakwa nemithi nokuqoqa izikweletu, ingene nasemithini yogazi olushisayo kwabesimame babe mnandi enkomeni.