Skip to main content

Inkomfe / African potato

Umuthi ophekwayo uphuzwe lapho kulashwa amasosha omzimba, iphunga lomzimba, izilonda zangaphakathi nangaphandle, kanye nezihlungu. Uyangena emithini lapho kukhishwa izichitho, ukungathandeki noma isidina ebantwini, amanzi amamnyama namashwa, kanye nezinduna.