Kukhona eyesilisa neyesifazane. Ingena emithini yemali nomcebo, inhlanhla nokuthandeka. Iyathakwa nenye imithi ukukhanda isivekelo kwizigebengu, amaphoyisa, imimoya emibi, kanye nezitha.