Umuthi wokulapha izifo: amaphaphu, amehlo, umkhuhlane, amakhaza, umzimba omubi, okopha kwezinsini, ukuvuvukala. Siyangena lapho kucushwa isibaya, umuzi kanye nasezintelezini zomuzi. Uyathakwa nemithi yesichitho nemimoya emibi. Uyangena kwizingcabo zomzimba. Impande iyathakwa nezimbiza zempilo. Uyelapha izilonda zangaphakathi nangaphande njengesithobo somzimba.