Umuthi wokuvula imithambo lapho kukhandwa induku yokumitha nokumithisa, uyangena ekwandiseni imfuyo. Uyangena kwisihlambezo sokubeletha. Uyachela uwodwa uphinde uthakwe neminye. Uyangena kwizimbiza zegazi. Uyangena lapho kuqiniswa imoto nempahla.